Christ Embassy Madison

Christ Embassy Madison

Share

My son,attend to my words; incline thine ear unto my sayings. Prov 4:20-22. Come worship with us at Christ Embassy Madison Church. Contact us at +1(608)282-5297.

STRAUBEL COURT EAST COMMUNITY CENTRE MADISON, WI 53704
SUNDAY Service 9:00am.- 11am.

08/24/2026
07/14/2026

IRapsodi Yamaqiniso
Umfundisi Chris
ULwesihlanu, UJulayi 03

Zakhe KuKristu

"Kalokhu, sengiyanibeka eNkosini nasezwini lomusa wayo, yona enamandla okwakha nokwabela ifa phakathi kwabo bonke abangcwelisiweyo (Izenzo 20:32)."

Esifundweni sethu sokugcina, kukhona esikuthintile okusemqoka: wemukele uKristu, yebo, kepha kumele uqhubeke kuye futhi wakheke. Wathi encwadini kaJohane 8:31, Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili." Ukukhula ngokukamoya kubalulekile. Akwenzeki nje ngephutha; kungumsebenzi wakho ukuba ulamukele izwi likaNkulunkulu ukuba lihlale livame (KwabaseKolose 3:16).

Akekho oyokukhulela. Akekho umuntu oyokwakhela umoya wakho. Impumelelo yakho kuKristu ibopheleke ekuzibopheleni kwakho ezwini.

Ungasho ukuthi, “Sengifundile lonke iBhayibheli kusukela kuGenesise kuze kube sencwadini yeSambulo”; kepha ukulifunda kukodwa akwanele. Khumbula amazwi eNkosi uJesu uma ethi hlolani imiBhalo; uPawulu wathi mayelana nokufunda. Kunomehluko. Ukufunda kuyakugcwalisa kepha ukulihlola kuveza iqiniso, ukulitadisha kuyakwakha wena ngaphandle.

Ngaphezu kokulifunda nje, ngeke uhambe ekujuleni, ngegunya kanye namandla ezwi. Kuningi okukuNkulunkulu, kuningi kakhulu. Njengalokhu uzinikele ekutadisheni, ekuzindleni kanye nasentshumayelweni kaMoya, izambulo ezijulileyo ziyembulwa kuwe. Izifiso zakho ziyaqina, ukuzihlambulula kuyalungiswa futhi ukuhamba kwakho noNkulunkulu makume, liqhubeke futhi lakheke eqinisweni.

Khumbula, siyawina ngezwi likaNkulunkulu. Umisiwe ngezwi lomusa wakho, elikwazi ukukwakha futhi likwambulele ingcebo yakho. Leli lizwi maligxile kuwe ngokugcwele, lakhe kabusha imicabango yakho, nezindlela owenza ngazo kanye nenkambo yakho. Ngakho, ungakuzibi ukukhula kwakho kukamoya. 1 kaPetru 2:2 uthi, "njengezingane ezisanda kuzalwa langazelani ubisi olungokamoya olungonakali ukuze nikhule ngalo kube ngukusindiswa.

Amandla kanye nokuma kwempilo yakho yobuKristu kwakhiwa wukujula kwezwi emoyeni wakho. Sewumamukele uKristu, lokho kunamandla. Manje zakhe kuye. Khula emuseni naselwazini lweNkosi noMsindisi wethu, uJesu Kristu. Yakheka eqinisweni. Yilena indlela yokuphila impilo enganyakaziseki futhi ekhulayo kuKristu .

Umkhuleko

Baba Othandekayo, ngiyabonga ngezwi lakho lomusa elingakhayo futhi elingakhayo kuKristu. Ngiqinisiwe, ngigxilile futhi ngakhelwe eqinisweni lezwi lakho. Impilo yami yakhelwe ezwini futhi ngihamba ngokwengezelwa komusa kanye nenkazimulo njengalokhu izwi lembulwa ngokugcwaliswa umoya wami futhi ukholo lwami luqinisiwe eGameni likaJesu Amen.

Ukufunda Okungezelelwe:
2 KuThimothewu 2:15 (KJV); KwabaseKolose 2:67 (NIV); UJuda 1:20 (KJV)

Ipulani lokufunda ibhayibheli unyaka owodwa:
Izenzo 16:16-40 & UJobe 1-2

Ipulani lokufunda ibhayibheli iminyaka emibili:
2 KwabaseKorinte 12:11-21 & UIsaya 22

Leave comments on today's devotional at www.rhapsodyofrealities.org

03/22/2026

Focus on Christ: The central message is the deity and lordship of Jesus, not the personal authority or popularity of the messenger.
Servanthood: Paul defines his role not as a ruler, but as a servant to the church, motivated by his devotion to Jesus.
Context: This verse follows the description of the gospel being hidden to those blinded by the "god of this age," emphasizing that the true message reveals Christ, not the preacher.
Purpose: It addresses the "treasure in jars of clay" theme (v. 7), showing that the power belongs to God, not the human, fragile messengers.
BibleRef.com
BibleRef.com
+3
What does 2 Corinthians 4:5 mean? - BibleRef.com
2 Corinthians 4:5 · ESV For what we proclaim is not ourselves, but Jesus Christ as Lord, with ourselves as your servants for Jesus ' sake. · NIV For what we ...

BibleRef.com

2 Corinthians 4:5 - Bible Verse Meaning and Commentary
Share * For we preach not ourselves. These words contain a reason

////
We will pray in the name of Jesus.That we stand against every spiritual stronghold blinding people from the truth. We pray for chains to be broken. Chains of sin, unbelief, addiction, and deception. Let captives be set free and their minds be renewed.
BRO. GODSWILL
9:20-9:40am

Want your place of worship to be the top-listed Place Of Worship in Madison?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Address


Straubel Community Centre, Straubel Street, MADISON, 53704
Madison, WI
52711

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Christ Embassy Madison posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Subscribe

We will notify you when anything happens in Madison.