Hlanganani After school_Tutorial program

Hlanganani After school_Tutorial program

Share

Sibaqeqeshe nangoku bhala isivivinyo(Exams) kuze bezo phasa kahle💯

[☆Tutor yaBafundi👨‍🏫☆] I After school tutoring program, Sifundisa abantwana beskole kwizifundo abangenzi kahle kuzo noma isiphi isifundo kusukela kuma-banga aphansi Grd1 kuye ku Grd10.

22/07/2026

[☆Tutor yaBafundi👨‍🏫☆] I After school tutoring program, Sifundisa abantwana beskole kwizifundo abangenzi kahle kuzo noma isiphi isifundo kusukela kuma-banga aphansi Grd1 kuye ku Grd10. Sibaqeqeshe nangoku bhala isivivinyo(Exams) kuze bezo phasa kahle💯 baphinde bakwazi nokuzilungiselela

22/04/2026
Photos from Hlanganani After school_Tutorial program's post 05/07/2025

Ngibingelele kuni nonke bazali

Ngithi angithathe leli thuba nginazise ngezinhlelo ezintsha esiza nazo siyi Hlanganani After School Tutor Programme

Njengoba Sonke sazi ukuthi Lo nyaka sesiyela emaphethelweni oku goqa bengifisa nje ukulekelela o Dado bethu abasafufusa ukubhala nabangaka kwazi Kahle hle ukubhala ama alphabets 'Siyaye sithi ama Phonics' mawukulama grades aphansi (Grade R,1,2,3) okuyilapho besaqeqeshwa khona ngokubhala onkamisa nokwenza imisho.. leli bhuku liqukethe wonke ama alphabets abazofunda ukuwabhala baphinde futhi benze nemisho ngawo lawo magama Mase bewafundile, ngixolise Uma ngize nayo lento seku late kodw umntwana as long as esase skolen kuningi angakuzuza ngale ncwadi nango nyaka ozayo isangamkhumbuza kalula amagama noma aqhubeke ayi practice ngayo ukubhala

With that said isiyatholakala ngo R50!
nawe uzibele ne copy yakho inama page (sizeA5) aw 54

Ngibonge nje kuni nonke nabasazophendula inamba esitholakala kuyo (081 311 4507) naku WhatsApp ikhona

09/05/2024

Mzali

Sithanda ukunazisa ukuth sesiya tholakala enkundleni zokuxhumana uma usidinga kindly follow the link yaku Whatsapp
https://whatsapp.com/channel/0029VaU6lwTJf05b7WXzaT2c

Inamba yocingo: 073 174 3757

whatsapp.com

Want your school to be the top-listed School/college in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Durban

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 12:00 - 15:00
Sunday 01:00 - 03:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hlanganani After school_Tutorial program posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Subscribe

We will notify you when anything happens in Durban.